Awuyukulilandela iningi ekwenzeni okungalungile noma lapho wethula ubufakazi ecaleni, awuyukuzihlanganisa neningi ukuze uhlanekezele umthetho.
IzEnzo 23:21 - IsiZulu 2020 Ngakho-ke ungabavumeli, ngokuba phakathi kwabo kunamadoda angaphezulu kwama-40 azomlalela unyendle, ngokuba azibophe ngesifungo ukuthi awazukudla futhi awazukuphuza engakambulali uPawula. Manje bakulungele lokho, futhi balindele ukuba uvume.” IBHAYIBHELI ELINGCWELE Ngakho-ke wena ungabavumeli, ngokuba kubona amqamekele amadoda angaphezu kwamashumi amane azilokotheleyo ukuba angadli, angaphuzi, engakambulali; manje-ke sebelungele bebheke isithembiso sakho.” Baasraak Zulu New Testament Bible Kodwa ungabayekeli, ngoba kubo bamqamekele amadoda angaphezu kwamatshumi amane, azibophe ngesifungo ukuthi kabayikudla lokunatha aze ambulale; kalokhu aselungile, akhangele. ngesithembiso esivela kuwe. Contemporary Zulu Bible 2024 Kodwa ungabayekeli, ngoba kubo bamqamekele amadoda angaphezu kwamatshumi amane, azibophe ngesifungo ukuthi kabayikudla lokunatha aze ambulale; kalokhu aselungile, akhangele. Ngesithembiso esivela kuwe. |
Awuyukulilandela iningi ekwenzeni okungalungile noma lapho wethula ubufakazi ecaleni, awuyukuzihlanganisa neningi ukuze uhlanekezele umthetho.
Ngikhonza iNkosi ngokuthobeka okukhulu, ngezinyembezi, nangokulingwa okwangehlela ngenxa yamacebo abaJuda.
Ngakho-ke induna yenkulungwane yayimukisa insizwa, yayiyala ukuba ingatsheli muntu lokho ebizombikela khona.
becela umusa kuye ukuba ambizele eJerusalema uPawula; base bakhe uzungu lokumbulala endleleni.
ngokuba ngangifisa ukuba ngoqalekisiweyo, ngisuswe kuKhristu ngenxa yabazalwane bami abangabakithi ngokobuzwe,
Ngangisendleleni njalo, ngisengozini emifuleni, kubaphangi, kubantu bakithi, kwabezizwe, ngisengozini emzini, ngisengosini ehlane, olwandle, ngisengozini nakubazalwane bamanga.