U-Absalomu wathumela ku-Ahithofeli, umGiloni, umeluleki kaDavide owayevela emzini iGilo, lapho esanikela ngemihlatshelo. Lwaqina-ke uzungu, futhi banda nabantu ngasohlangothini luka-Absalomu.
IzEnzo 23:13 - IsiZulu 2020 Babengama-40 labo abenza lelo tulo. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Babengaphezu kwamashumi amane ababenze lelo cebo. Baasraak Zulu New Testament Bible Babengaphezu kwamashumi amane abenze lelo tulo. Contemporary Zulu Bible 2024 Babengaphezu kwamashumi amane abenze lelo tulo. |
U-Absalomu wathumela ku-Ahithofeli, umGiloni, umeluleki kaDavide owayevela emzini iGilo, lapho esanikela ngemihlatshelo. Lwaqina-ke uzungu, futhi banda nabantu ngasohlangothini luka-Absalomu.
Kwabikwa kuDavide ukuthi: “U-Ahithofeli uphakathi kwabozungu luka-Absalomu.” Wayesethi uDavide: “Simakade, ake uwenze inhlekisa amasu ka-Ahithofeli.”
Bayakunikhipha emasinagogeni; yebo, isikhathi siyeza lapho bonke abanibulalayo beyakuthi basebenzela uNkulunkulu.
Kwathi kungasa, abaJuda benza itulo, bazibophezela ukuthi abasoze badla futhi baphuze lutho bengakambulali uPawula.
Baya kubaphristi abakhulu nakumalunga, bathi: “Sizibophezele esifungweni sokuthi asiyukukuthi mbibi ukudla, size simbulale uPawula.