UDavide nabantu bakhe baqhubeka nendlela; uShimeyi wagudla intaba elinganisene nabo, ehamba ebathuka, ebajikijela ngamatshe, futhi ebathela ngomhlabathi.
IzEnzo 22:23 - IsiZulu 2020 Kwathi besakhamuluka, bekhumula izingubo zabo, bethunquza uthuli phezulu, IBHAYIBHELI ELINGCWELE Kwathi besabangalasa, behlubula izingubo, bethuquza uthuli phezulu, Baasraak Zulu New Testament Bible Kwathi bekhala, belahla izingubo zabo, baphonsa uthuli emoyeni; Contemporary Zulu Bible 2024 Kwathi bekhala, belahla izingubo zabo, baphonsa uthuli emoyeni; |
UDavide nabantu bakhe baqhubeka nendlela; uShimeyi wagudla intaba elinganisene nabo, ehamba ebathuka, ebajikijela ngamatshe, futhi ebathela ngomhlabathi.
Ngisho sihamba emgwaqweni isiwula siveza ubuwula baso, sitshela bonke ukuthi sona siyisiwula.
Kwathi ehamba ngasolwandle iGalile, wabona izelamani ezimbili, uSimoni okuthiwa nguPhethro no-Andreya umfowabo, bephonsa inetha olwandle, ngokuba babengabadobi.
Emasinagogeni wonke, kukaningi ngibajezisa, ngibaphoqa ukuba bahlambalaze; ngibathukuthelele kakhulu, ngibahlupha kwaze kwaba semizini yabezizwe.”
bamkhiphela ngaphandle komuzi, bamkhanda ngamatshe. Ofakazi babeka izingubo zabo ngasezinyaweni zensizwa ogama layo kuthiwa nguSawula.