“Kepha xwayani abantu, ngokuba bayakunikhaphela ezigcawini zokwehlulela, banishaye emasinagogeni abo.
IzEnzo 22:19 - IsiZulu 2020 “Mina ngathi: ‘Nkosi, bayazi bona uqobo ukuthi yimina engangibabopha, ngibashaya emasinagogeni labo abakholwa nguwe, IBHAYIBHELI ELINGCWELE “Mina ngase ngithi: ‘Nkosi, bayazi bona ukuthi yimina engangibabopha ngibashaya emasinagogeni* abakholwa nguwe; Baasraak Zulu New Testament Bible Ngase ngithi: Nkosi, bayazi bona ukuthi bengibabopha ngibashaya emasinagogeni wonke abakholwa nguwe; Contemporary Zulu Bible 2024 Ngase ngithi: Nkosi, bayazi bona ukuthi bengibabopha ngibashaya emasinagogeni wonke abakholwa nguwe; |
“Kepha xwayani abantu, ngokuba bayakunikhaphela ezigcawini zokwehlulela, banishaye emasinagogeni abo.
Ngayizingela le Ndlela kwaze kwaba sekufeni, abesilisa nabesifazane ngibabopha, ngibakhaphela emajele,
Kodwa uSawula walichitha ibandla, engena izindlu ngezindlu, ehudula abesilisa nabesifazane; ebafaka ejele.
USawula esabhodla umlilo, esongela ukubulala abafundi beNkosi, waya kumphristi omkhulu,