IzEnzo 22:15 - IsiZulu 2020 Ngokuba uzakuba ngufakazi wakhe kubantu bonke ngalokho okubonileyo nokuzwileyo. IBHAYIBHELI ELINGCWELE ngokuba uzakuba ngufakazi wakhe kubantu bonke walokho okubonileyo nokuzwileyo. Baasraak Zulu New Testament Bible Ngokuba uyakuba ngufakazi wakhe kubantu bonke walokho okubonileyo nokuzwileyo. Contemporary Zulu Bible 2024 Ngokuba uyakuba ngufakazi wakhe kubantu bonke walokho okubonileyo nokuzwileyo. |
kusukela embhabhadisweni kaJohane kuze kube wusuku akhushulwa ngalo kithi, enye yawo ibe ngufakazi kanye nathi, wokuvuka kwakhe.”
Kepha nizakwamukeliswa amandla, uMoya oNgcwele esefikile phezu kwenu, nibe ngofakazi bami eJerusalema, eJudiya lonke naseSamariya, kuze kube sekugcineni komhlaba.”
“Wayesethi: ‘UNkulunkulu wokhokho wakumisela phambilini ukuba uyazi intando yakhe, nokumbona oLungileyo, nokulizwa izwi eliphuma emlonyeni wakhe.
Ngobusuku obulandelayo iNkosi yema ngakuye, yathi: “Yima isibindi; njengokuba ufakaze ngami eJerusalema, kanjalo umelwe ukufakaza naseRoma.”
kodwa ngamemezela kwabaseDamaseku kuqala, nakwabaseJerusalema, nakulo lonke iJudiya nakwabezizwe ukuba baphenduke, baguqukele kuNkulunkulu, benze imisebenzi efanele ukuphenduka.
yathi: ‘Ungesabi, Pawula, kumele ukuba ume phambi kukaKhesari. UNkulunkulu ukuphile bonke abahamba nawe kulo mkhumbi.’