Yayisisuka, yaya kuyise. Kepha kuthe isekude, uyise wayibona, waba nesihe, wagijima, wayisingatha entanyeni, wayanga.
IzEnzo 21:6 - IsiZulu 2020 savalelisana, sangena emkhumbini, kodwa bona babuyela emakhaya. IBHAYIBHELI ELINGCWELE savalelisana, sangena emkhunjini, kepha bona babuyela emakhaya. Baasraak Zulu New Testament Bible Kwathi sesivalelisane, sangena emkhunjini; babuyela ekhaya futhi. Contemporary Zulu Bible 2024 Kwathi sesivalelisane, sangena emkhunjini; babuyela ekhaya futhi. |
Yayisisuka, yaya kuyise. Kepha kuthe isekude, uyise wayibona, waba nesihe, wagijima, wayisingatha entanyeni, wayanga.
Isikhathi siyeza, yebo, sesifikile, sokuba nihlakazeke, yilowo nalowo aye kokwakhe, ningishiye ngedwa, nokho angingedwa, ngokuba uBaba unami.
Wayesethi kumfundi: “Bheka unyoko.” Kusukela ngaleso sikhathi, lowo mfundi wamthatha uMariya, wamnakekela.
nokho angibanga nakho ukuthula emoyeni wami lapho ngingamfumani uThithu umzalwane wami, kodwa ngavalelisa, ngadlulela eMakhedoniya.