UJesu esezelwe eBhethlehema eJudiya ngezinsuku zokubusa kukaHerode inkosi; bheka, kwafika izazi eJerusalema, zivela empumalanga, zathi:
IzEnzo 21:10 - IsiZulu 2020 Kwathi sisahleli lapho izinsukwana, kwafika umphrofethi evela eJudiya, igama lakhe lingu-Agabhu. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Kwathi sisahlezi khona izinsuku eziningana, kwehla eJudiya umprofethi ogama lakhe lingu-Agabu; Baasraak Zulu New Testament Bible Sathi sihlezi khona izinsuku eziningi, kwehla eJudiya umprofethi ogama lakhe lingu-Agabu. Contemporary Zulu Bible 2024 Sathi sihlezi khona izinsuku eziningi, kwehla eJudiya umprofethi ogama lakhe lingu-Agabu. |
UJesu esezelwe eBhethlehema eJudiya ngezinsuku zokubusa kukaHerode inkosi; bheka, kwafika izazi eJerusalema, zivela empumalanga, zathi:
Kwase kusukuma omunye wabo, ogama lakhe kungu-Agabhu, wabikezela ngoMoya ukuthi kuzakubhoka indlala enkulu ezweni lonke, lokho okwenzeka ngesikhathi sikaKlawudiyu.
Ngokuba uPawula wayenqumile ukudlula e-Efesu ngomkhumbi ukuze angachithi sikhathi e-Asiya. Phela wayephuthuma ukuze, uma kwenzeka, abe seJerusalema ngosuku lwePhentekhoste.
Emva kokubafuna abafundi, sahlala khona izinsuku eziyikhombisa; beqhutshwa nguMoya, bamtshela uPawula ukuba angalubeki eJerusalema.
Thina sesiluqedile uhambo sisuka eThire, safika ePhetholemayi, sesibabingelele abazalwane, sahlala nabo usuku.