Eseqedile ukukhuluma, wathi kuSimoni: “Qhubekela ekujuleni, nehlise amanetha enu, nibambe.”
IzEnzo 21:1 - IsiZulu 2020 Kwathi lapho sesihlukene nabo, sahamba ngomkhumbi, sahamba ngendlela eqondile saze safika eKhose, ngakusasa safinyelela eRode, sedlula lapho saya ePhathara, IBHAYIBHELI ELINGCWELE Kwathi sesimukile kubo, sasuka ngomkhumbi, saqonda ngqo, safika eKhose nangangomuso eRodu; sasuka lapho, safika ePathara; Baasraak Zulu New Testament Bible Kwathi sesimukile kubo, sasuka ngomkhumbi, saqonda ngqo eKhose, ngangomuso eRodu, sasuka lapho safika ePhathara; Contemporary Zulu Bible 2024 Kwathi sesimukile kubo, sasuka ngomkhumbi, saqonda ngqo eKhose, ngangomuso eRodu, sasuka lapho safika ePhathara; |
Eseqedile ukukhuluma, wathi kuSimoni: “Qhubekela ekujuleni, nehlise amanetha enu, nibambe.”
Kwathi ngolunye usuku uJesu wagibela esikebheni nabafundi bakhe, wayesethi kubo: “Ake siwelele ngaphesheya kolwandle.” Basuka-ke.
Sangena emkhunjini wase-Adramathiyu owawusazosuka ugudle ugu e-Asiya, u-Aristarkhu umMakhedoniya waseThesalonikha wayekanye nathi.
Kepha thina bazalwane, besehlukanisiwe nani okwesikhashana, kodwa hhayi ngezinhliziyo, yingakho sikushisekele kakhulu ukuba sinibone, okuyikhona sikunxanele kakhulu.