IzEnzo 20:12 - IsiZulu 2020 Base bemletha umfana ephilile, baduduzeka kakhulu. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Base bemletha umfana ephilile, baduduzeka kakhulu. Baasraak Zulu New Testament Bible Bayiletha insizwa iphila, baduduzeka kakhulu. Contemporary Zulu Bible 2024 Bayiletha insizwa iphila, baduduzeka kakhulu. |
Esenyukele phezulu, wahlephula isinkwa, wadla, ngokuba wakhuluma nabo isikhathi eside kwaze kwasa; wayesehamba.
Kepha thina sahamba phambili, sayogibela isikebhe, salibhekisa e-Asu, lapho sasizomgibelisa khona uPawula, ngokuba wayehlele kanjalo, enqume yena ukuthi uzakuhamba ngezinyawo.
osiduduzayo osizini lwethu lonke, ukuze nathi sibe namandla okududuza abasosizini, noma ngabe lunjani, ngenduduzo esiduduzwe ngayo nathi nguNkulunkulu.
Ngimthumele kini ukuba nazi ukuthi sihleli kanjani, nokuba azigqugquzele izinhliziyo zenu.
Sathumela uThimothewu umzalwane wethu, isikhonzi sikaNkulunkulu kanye nathi evangelini likaKhristu, ukuba aniqinise, anikhuthaze ekukholweni kwenu,
Bazalwane, siyanikhuthaza futhi niwayale amavila; duduzani abajabhileyo, nisekele ababuthakathaka, futhi nibabekezelele bonke.
Sengathi iNkosi yethu uJesu Khristu uqobo, noNkulunkulu uBaba wethu owasithanda nowasipha ngomusa induduzo yaphakade nethemba elihle,