ukuze babazise abantwana babantu izenzo zakho zamandla nenkazimulo yobukhosi bombuso wakho.
IzEnzo 2:8 - IsiZulu 2020 Pho kwenziwa yini ukuba sonke, ngabanye, sibezwe ngolimi esazalwa nalo na? IBHAYIBHELI ELINGCWELE Yini, pho, ukuba sonke ngabanye sizwe ngolimi lwakithi esazalwa nalo na? Baasraak Zulu New Testament Bible Futhi thina sizwa kanjani wonke umuntu ngolimi lwakithi esazalelwa kulo na? Contemporary Zulu Bible 2024 Futhi thina sizwa kanjani wonke umuntu ngolimi lwakithi esazalelwa kulo na? |
ukuze babazise abantwana babantu izenzo zakho zamandla nenkazimulo yobukhosi bombuso wakho.
Bethuka, bamangala, bathi: “Bonke laba abakhulumayo abasibo yini abaseGalile na?
AmaPharthe, amaMede, ama-Elamithi, abantu abakhe eMesophothamiya, eJudiya, eKhaphadosiya, ePhontu, e-Asiya,
UNkulunkulu ubekile abathile ebandleni: okokuqala abaphostoli, okwesibili abaphrofethi, okwesithathu abafundisi, bese kuba yilabo abenza imisebenzi yamandla, abaneziphiwo zokuphulukisa, ezokusiza, ezokuphatha, nezilimi ngezilimi.