wathi: “Ufunani kithi Wena Jesu waseNazaretha na? Uze ukuba uzosibhubhisa na? Ngiyakwazi ukuthi ungubani – ungoNgcwele kaNkulunkulu.”
IzEnzo 19:15 - IsiZulu 2020 Kepha umoya omubi waphendula, wathi kuwo: “UJesu ngiyamazi, noPawula ngimejwayele, pho nina ningobani?” IBHAYIBHELI ELINGCWELE Kepha umoya omubi waphendula, wathi kuwo: “UJesu ngiyamazi, noPawulu ngiyamqonda; kepha nina ningobani na?” Baasraak Zulu New Testament Bible Umoya omubi waphendula wathi: UJesu ngiyamazi, noPawulu ngiyamazi; kodwa nina ningobani? Contemporary Zulu Bible 2024 Umoya omubi waphendula wathi: UJesu ngiyamazi, noPawulu ngiyamazi; kodwa nina ningobani? |
wathi: “Ufunani kithi Wena Jesu waseNazaretha na? Uze ukuba uzosibhubhisa na? Ngiyakwazi ukuthi ungubani – ungoNgcwele kaNkulunkulu.”
Waphilisa abaningi ababephethwe yizifo ezinhlobonhlobo, wakhipha amadimoni amaningi; akawavumelanga amadimoni ukuba akhulume, ngokuba ayemazi.
Kwakukhona uSkeva othile, umJuda, ongumphristi omkhulu, owayenamadodana ayisikhombisa ayekwenza lokho.
Lowo muntu onomoya omubi wabadumela, esebahlulile bonke, wabanqoba; baze baphunyuka kuleyo ndlu babaleka behambaze, futhi belimele.
Uyakholwa ukuthi uNkulunkulu munye na? Wenza kahle; ingani namadimoni ayakholwa, futhi athuthumele.