Kepha abathile abayizanusi kubaJuda, ababehla benyuka, nabo bazama ukubiza igama leNkosi uJesu phezu kwabanomoya ababi, bethi: “Ngiyaniyala ngoJesu amshumayelayo uPawula.”
IzEnzo 19:14 - IsiZulu 2020 Kwakukhona uSkeva othile, umJuda, ongumphristi omkhulu, owayenamadodana ayisikhombisa ayekwenza lokho. IBHAYIBHELI ELINGCWELE USkeva othile, umJuda, umpristi omkhulu, wayenamadodana ayisikhombisa ayekwenza lokho. Baasraak Zulu New Testament Bible Kwakukhona amadodana ayisikhombisa kaSkeva umJuda nompristi omkhulu, ayekwenza lokho. Contemporary Zulu Bible 2024 Kwakukhona amadodana ayisikhombisa kaSkeva umJuda nompristi omkhulu, ayekwenza lokho. |
Kepha abathile abayizanusi kubaJuda, ababehla benyuka, nabo bazama ukubiza igama leNkosi uJesu phezu kwabanomoya ababi, bethi: “Ngiyaniyala ngoJesu amshumayelayo uPawula.”
Kepha umoya omubi waphendula, wathi kuwo: “UJesu ngiyamazi, noPawula ngimejwayele, pho nina ningobani?”