Ngakho-ke ibandla labathuma, badabula eFenike naseSamariya. Balandisa abazalwane ngokuphenduka kwabezizwe, baletha intokozo enkulu kubazalwane.
IzEnzo 17:15 - IsiZulu 2020 Labo abaphelezela uPawula, baze bamshiya e-Athene. Kwathi uSila noThimothewu sebethole umyalezo wokuthi mabaphuthume beze kuye, base bemuka. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Abamphelekezelayo uPawulu bamfikisa e-Athene; kwathi sebamukele isiyalezo ngoSila nangoThimothewu sokuba beze kuye ngokushesha okukhulu, bamuka. Baasraak Zulu New Testament Bible Labaphelekezela uPawuli bamusa eAthene; sebemukele umlayo kuSilasi loThimothi wokuba beze kuye masinyane, bamuka. Contemporary Zulu Bible 2024 Labaphelekezela uPawuli bamusa eAthene; sebemukele umlayo kuSilasi loThimothi wokuba beze kuye masinyane, bamuka. |
Ngakho-ke ibandla labathuma, badabula eFenike naseSamariya. Balandisa abazalwane ngokuphenduka kwabezizwe, baletha intokozo enkulu kubazalwane.
Masinyane, abazalwane bamhambisa uPawula waze wayofika olwandle, kepha uSila noThimothewu basala lapho.
Kuthe uPawula esabalindile e-Athene, umoya wakhe wathinteka kakhulu lapho ebona umuzi ugcwele izithombe.
Ngokuba bonke abase-Athene nabafokazi ababakhe khona babengazilibazisi ngokunye, kuphela ngokukhuluma nokuzwa izindaba ezintsha.
UPawula wema phakathi ne-Areyophagu, wathi: “Madoda ase-Athene, ngibona kahle ngakho konke enikwenzayo ukuthi ningabantu abakholwayo.
Kwathi sekufike uSila noThimothewu bevela eMakhedoniya, uPawula wagxila kakhulu ezwini, efakaza kubaJuda ngokuthi uJesu unguKhristu.
Kuyakuthi uma sengithuma u-Arethema noma uThikhiku kuwe, uphuthume uze kimi eNikhopholi, ngokuba senginqumile ukuthi ngihlale lapho ebusika.