Kepha abaJuda bavukuza abesifazane bezizwe ababalulekile, ababekhonza nabo nezikhulu zomuzi, babavusela ukuba oPawula noBharnabha bahlushwe futhi babaxosha emikhawulweni yezwe labo.
IzEnzo 15:26 - IsiZulu 2020 abantu abadele ukuphila kwabo ngenxa yegama leNkosi yethu uJesu uKhristu. IBHAYIBHELI ELINGCWELE abantu abadele ukuphila kwabo ngenxa yegama leNkosi yethu uJesu Kristu. Baasraak Zulu New Testament Bible abantu abadele ukuphila kwabo ngenxa yegama leNkosi yethu uJesu Kristu. Contemporary Zulu Bible 2024 abantu abadele ukuphila kwabo ngenxa yegama leNkosi yethu uJesu Kristu. |
Kepha abaJuda bavukuza abesifazane bezizwe ababalulekile, ababekhonza nabo nezikhulu zomuzi, babavusela ukuba oPawula noBharnabha bahlushwe futhi babaxosha emikhawulweni yezwe labo.
Kepha kwafika abaJuda ababevela e-Antiyokhiya nase-Ikhoniyu, sebezizuzile izixuku zaba ngakubo, bamkhanda uPawula ngamatshe, base bemhudulela ngaphandle komuzi, becabanga ukuthi ufile.
abadela ukuphila kwabo ngenxa yokuphila kwami, akubongi mina kuphela kodwa namabandla onke abezizwe.
UZebuloni yisizwe samadelakufa, noNafethali ngokunjalo, ezindaweni eziphakemeyo zezwe.