IzEnzo 13:49 - IsiZulu 2020 Izwi leNkosi lasabalala kulo lonke izwe. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Izwi leNkosi lahanjiswa kulo izwe lonke. Baasraak Zulu New Testament Bible Izwi leNkosi lashunyayelwa kuso sonke isifunda. Contemporary Zulu Bible 2024 Izwi leNkosi lashunyayelwa kuso sonke isifunda. |
Kwathi ukuba umbusi abone okwenzekile, wakholwa, emangaliswa nayimfundiso yeNkosi.
Lokho kwenzeka iminyaka emibili, kwaze kwathi bonke abakhile e-Asiya balizwa izwi leNkosi, abaJuda namaGriki.
Kepha, niyabona futhi niyezwa ukuthi akusikho kuphela e-Efesu, kodwa cishe kulo lonke i-Asiya, uPawula lona usenxenxe waphendula abantu abaningi, ethi akusibo onkulunkulu laba abenziwe ngezandla.
Izwi likaNkulunkulu lasabalala, kwathi inani labafundi lakhula kakhulu eJerusalema, nesixuku esikhulu sabaphristi sayamukela inkolo.