Impendulo ezothile iyaludambisa ulaka, kodwa izwi elilimazayo libhebhezela intukuthelo.
IzEnzo 11:4 - IsiZulu 2020 Kepha uPhethro waqala wabalandisa konke ukusuka nokuhlala, wathi: IBHAYIBHELI ELINGCWELE Kepha uPetru wabathathela konke ngokulandelana, wathi: Baasraak Zulu New Testament Bible Kodwa uPetro wayilandisa indaba kwasekuqaleni, wabachasisela ngomlayo, esithi: Contemporary Zulu Bible 2024 Kodwa uPetro wayilandisa indaba kwasekuqaleni, wabachasisela ngomlayo, esithi: |
Impendulo ezothile iyaludambisa ulaka, kodwa izwi elilimazayo libhebhezela intukuthelo.
Akazange akhulume lutho kubo ngaphandle kwemizekeliso. Kepha sebebodwa ngasese, wayesebachasisela konke abafundi bakhe.
nami ngizwa kufanale, njengalokhu ngizihlolisisile ngokucophelela zonke izinto, kusukela ekuqaleni, ukuba ngikulobele ngokuhlelekile, Theyofilu odumileyo,
Ekufikeni kwabo, baliqoqa ibandla, balilandisa ngakho konke uNkulunkulu akwenzile ngabo, nokuthi uvulele nabezizwe isango lokukholwa.