UPawula esebekile izandla phezu kwabo, uMoya oNgcwele wehlela phezu kwabo, base bekhuluma ngezilimi, futhi baphrofetha.
IzEnzo 11:15 - IsiZulu 2020 “Ngathi ngisaqala ukukhuluma, uMoya oNgcwele wehlela phezu kwabo njengalokhu kwenzeka nakithina ekuqaleni. IBHAYIBHELI ELINGCWELE “Ngathi ngisaqala ukukhuluma, uMoya oNgcwele wehlela phezu kwabo njengakithi ekuqaleni. Baasraak Zulu New Testament Bible Kwathi ngisaqala ukukhuluma, uMoya oNgcwele wehlela phezu kwabo, njengalokhu wehlela kithi ekuqaleni. Contemporary Zulu Bible 2024 Kwathi ngisaqala ukukhuluma, uMoya oNgcwele wehlela phezu kwabo, njengalokhu wehlela kithi ekuqaleni. |
UPawula esebekile izandla phezu kwabo, uMoya oNgcwele wehlela phezu kwabo, base bekhuluma ngezilimi, futhi baphrofetha.
Kwathi sebekhulekile, kwazanyazanyiswa indawo ababehlanganele kuyo, bonke bagcwaliswa nguMoya oNgcwele, bakhuluma izwi likaNkulunkulu ngesibindi.