IsAmbulo 9:19 - IsiZulu 2020 Ngokuba amandla amahhashi ayesemilonyeni nasemisileni yawo, lokhu imisila yawo yayinjengezinyoka, inamakhanda elimaza ngawo. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Ngokuba amandla amahhashi asemilonyeni yawo nasemisileni yawo; ngokuba imisila yawo ifana nezinyoka, inamakhanda ona ngawo. Baasraak Zulu New Testament Bible Ngokuba amandla awo asemlonyeni wawo nasemisileni yawo, ngokuba imisila yawo yayifana nezinyoka, inamakhanda, futhi alimaza ngayo. Contemporary Zulu Bible 2024 Ngokuba amandla awo asemlonyeni wawo nasemisileni yawo, ngokuba imisila yawo yayifana nezinyoka, inamakhanda, futhi alimaza ngayo. |
ukuze singabe sisaba yizingane, siphonswa le nale ngamagagasi, sipheshulwa yinoma yimuphi umoya wemfundiso ngokukhohlisa kwabantu nangobuqili obunamacebo adukisayo.
Sasinemisila efana nofezela, inezindonsi; nasemisileni yaso kukhona amandla aso okulimaza abantu izinyanga ezinhlanu.
Ngalezo zinhlupheko ezintathu kwabulawa okwesithathu kwabantu, ngomlilo, ngentuthu, nangesibabule okwakukhafulwa yimilomo yawo.
Kepha abanye abantu abangabulawanga ngalezo zinhlupheko abaphendukanga emisebenzini yezandla zabo, ukuba bangakhuleki kuwo amadimoni, nakuzo izithombe zegolide, ezesiliva, ezethusi, ezamatshe, ezemithi, ezingaboni, ezingezwa, nezingahambi.