Internet tuqin Biblia

Anuncios ukanaka


Taqi biblia Nayra Testamento Machaq Testamento




IsAmbulo 9:16 - IsiZulu 2020

Ngezwa ukuthi inani lamabutho ayegibele amahhashi lalingaphindwa kabili, liyizi-10 000 eziphindwe kazi-10 000.

Uka jalj uñjjattʼäta

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

Umumo wezimpi zabakhwele amahhashi wawungukuphindwa kabili kwezinkulungwane eziyishumi ziphindwe kazinkulungwane eziyishumi.

Uka jalj uñjjattʼäta

Baasraak Zulu New Testament Bible

Inani lempi yabamahhashi laliyizinkulungwane ezingamakhulu amabili; ngezwa umumo wabo.

Uka jalj uñjjattʼäta

Contemporary Zulu Bible 2024

Inani lempi yabamahhashi laliyizinkulungwane ezingamakhulu amabili; ngezwa umumo wabo.

Uka jalj uñjjattʼäta



IsAmbulo 9:16
7 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Izinqola zempi zikaNkulunkulu ezinamandla eziyizinkulungwane ezingamashumi amabili, izinkulungwane ngezinkulungwane iNkosi iphakathi kwazo, iSinayi isendaweni engcwele.


ababembethe okuluhlaza, ababusi, izikhulu, izinsizwa zonke ezingamageza, nabagibeli bamahhashi.


Ngiyakukuguqula, ngifake izingwegwe emihlathini yakho, ngikukhiphe nayo yonke impi yakho, amahhashi nabagibeli bawo, bonke bevunule bephelele, iviyo elikhulu eliphethe amahawu nezihlangu, bonke bephethe izinkemba zabo zimenyezela.


“Ngesikhathi sokugcina inkosi yaseningizimu iyakulwa nayo; inkosi yasenyakatho iyakuza kuye njengesishingishane inezinqola, nabamahhashi, nemikhumbi eminingi, iyakungena ngaphakathi ezweni, ikhukhule, idlule.


Umfula womlilo wawugeleza uqubuka phambi kwakhe. Inkulungwane yezinkulungwane yayimkhonza, nezinkulungwane ezilishumi zezinkulungwane ezilishumi zimi phambi kwakhe; kwahlala abehluleli, izincwadi zavulwa.


Ngase ngibona, futhi ngezwa izwi lezingelosi eziningi zihaqe isihlalo sobukhosi, izidalwa, namalunga, inani lezingelosi kwakuyizigidi nezinkulungwane zezinkulungwane,


Ngase ngizwa ukuthi inani lababekwa uphawu ezizwaneni zonke zakwa-Israyeli babeyizi-144 000: