IsAmbulo 7:8 - IsiZulu 2020 esizwaneni sakwaZabuloni beyizi-12 000, esizwaneni sakwaJosefa beyizi-12 000, esizwaneni sakwaBhenjamini beyizi-12 000. IBHAYIBHELI ELINGCWELE esizweni sakwaZabuloni abayizinkulungwane eziyishumi nambili, esizweni sakwaJosefa abayizinkulungwane eziyishumi nambili, esizweni sakwaBenjamini abayizinkulungwane eziyishumi nambili. Baasraak Zulu New Testament Bible esizweni sakwaZabuloni kwatywinwa ishumi elinambini lamawaka. Esizweni sakwaJosefa kwatywinwa ishumi elinambini lamawaka. Esizweni sakwaBenjamini kwatywinwa ishumi elinambini lamawaka. Contemporary Zulu Bible 2024 esizweni sakwaZabuloni kwatywinwa ishumi elinambini lamawaka. Esizweni sakwaJosefa kwatywinwa ishumi elinambini lamawaka. Esizweni sakwaBenjamini kwatywinwa ishumi elinambini lamawaka. |
UJakobe akavumanga, kodwa wathi: “Ngiyazi, ndodana yami, ngiyazi; naye uzokuba yisizwe, abe mkhulu. Nokho umnawakhe u-Efrayimi uzokuba mkhulu kunaye, izizukulwane zakhe zibe yizizwe eziningi.”
Abozalo lukaBhenjamini, ngokolibo lwemindeni yabo nangezindlu zawoyise njengokomumo wamagama, kusukela kwabaneminyaka engama-20 kuya phezulu, bonke abangaphuma impi:
esizwaneni sakwaSimeyoni beyizi-12 000, esizwaneni sakwaLevi beyizi-12 000, esizwaneni sakwa-Isakhare beyizi-12 000,
Emveni kwalokho ngabona: kwakunesixuku esikhulu esasingenakubalwa muntu sivela ezizweni zonke, emindenini, kubantu, nezilimi, simi phambi kwesihlalo sobukhosi, naphambi kweWundlu, sembethe izingubo ezimhlophe, siphethe amahlamvu esundu ngezandla.