Abozalo lukaJuda ngemindeni yabo yilaba: kuShela: ngumndeni wabakwaShela; kuPherezi: ngumndeni wabakwaPherezi; kuZera: ngumndeni wabakwaZera.
IsAmbulo 7:5 - IsiZulu 2020 esizwaneni sakwaJuda babeyizi-12 000 ababekwa uphawu, IBHAYIBHELI ELINGCWELE Esizweni sakwaJuda babekwa uphawu abayizinkulungwane eziyishumi nambili, esizweni sakwaRubeni abayizinkulungwane eziyishumi nambili, esizweni sakwaGadi abayizinkulungwane eziyishumi nambili, Baasraak Zulu New Testament Bible Esizweni sakwaJuda kwaphawulwa abayizinkulungwane eziyishumi nambili. Esizweni sakwaRubeni kwatywinwa ishumi elinambini lamawaka. Esizweni sakwaGadi kwatywinwa ishumi elinambini lamawaka. Contemporary Zulu Bible 2024 Esizweni sakwaJuda kwaphawulwa abayizinkulungwane eziyishumi nambili. Esizweni sakwaRubeni kwatywinwa ishumi elinambini lamawaka. Esizweni sakwaGadi kwatywinwa ishumi elinambini lamawaka. |
Abozalo lukaJuda ngemindeni yabo yilaba: kuShela: ngumndeni wabakwaShela; kuPherezi: ngumndeni wabakwaPherezi; kuZera: ngumndeni wabakwaZera.
Ngase ngizwa ukuthi inani lababekwa uphawu ezizwaneni zonke zakwa-Israyeli babeyizi-144 000:
esizwaneni sakwa-Asheri beyizi-12 000, esizwaneni sakwaNafethali beyizi-12 000, esizwaneni sakwaManase beyizi-12 000,