Wawunogange olukhulu noluphakeme, unamasango ali-12; emasangweni kukhona izingelosi ezili-12, kuwo kulotshwe amagama ezizwana ezili-12 zakwa-Israyeli.
IsAmbulo 21:13 - IsiZulu 2020 Ngasempumalanga kwakunamasango amathathu, ngasenyakatho kunamasango amathathu, ngaseningizimu kunamasango amathathu, nangasentshonalanga kunamasango amathathu. IBHAYIBHELI ELINGCWELE ngasempumalanga kwakukhona amasango amathathu, nangasenyakatho amasango amathathu, nangaseningizimu amasango amathathu, nangasentshonalanga amasango amathathu. Baasraak Zulu New Testament Bible Ngasempumalanga amasango amathathu; ngasenyakatho amasango amathathu; eningizimu amasango amathathu; nangasentshonalanga amasango amathathu. Contemporary Zulu Bible 2024 Ngasempumalanga amasango amathathu; ngasenyakatho amasango amathathu; eningizimu amasango amathathu; nangasentshonalanga amasango amathathu. |
Wawunogange olukhulu noluphakeme, unamasango ali-12; emasangweni kukhona izingelosi ezili-12, kuwo kulotshwe amagama ezizwana ezili-12 zakwa-Israyeli.
Ugange lomuzi lwalunezisekelo ezili-12, phezu kwazo kulotshwe amagama abaphostoli beWundlu abali-12.