UJehu, indodana kaHanani, umboni, waphuma wayomhlangabeza, wafike wathi enkosini uJehoshafathi: “Kungani usiza ababi, uthanda abazonda uSimakade na? Ngakho-ke intukuthelo kaSimakade izokwehlela phezu kwakho.
IsAmbulo 2:6 - IsiZulu 2020 Kepha okuhle ngawe yilokhu ukuthi uyayizonda imisebenzi yamaNikholawu, engiyizondayo nami. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Kepha unalokhu ukuthi uyayizonda imisebenzi yamaNikolawu engiyizondayo nami. Baasraak Zulu New Testament Bible Kodwa unakho lokhu, ukuthi uyazizonda izenzo zamaNikolawu, engizizondayo lami. Contemporary Zulu Bible 2024 Kodwa unakho lokhu, ukuthi uyazizonda izenzo zamaNikolawu, engizizondayo lami. |
UJehu, indodana kaHanani, umboni, waphuma wayomhlangabeza, wafike wathi enkosini uJehoshafathi: “Kungani usiza ababi, uthanda abazonda uSimakade na? Ngakho-ke intukuthelo kaSimakade izokwehlela phezu kwakho.
Angizukuyibeka phambi kwamehlo ami into embi; ngiyakuzonda okwenziwa ngabahlubukayo, akuyukunamathela kimi.
“ ‘Onendlebe makezwe lokho akushoyo uMoya emabandleni. Onqobayo ngiyakumnika ukuba adle kuwo umuthi wokuphila osePharadisi likaNkulunkulu.’