Internet tuqin Biblia

Anuncios ukanaka


Taqi biblia Nayra Testamento Machaq Testamento




Hoseya 7:6 - IsiZulu 2020

Impela bashisisa izinhliziyo zabo ngamacebo abo njengeziko, umbhaki wabo ulala ubusuku bonke; ekuseni livutha njengomlilo wamalangabi.

Uka jalj uñjjattʼäta

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

Lapho sebeshisile izinhliziyo zabo ngamacebo zibe njengeziko, umphekisinkwa wabo ulala ubusuku bonke; ekuseni liyavutha njengomlilo wamalangabi.

Uka jalj uñjjattʼäta

Contemporary Zulu Bible 2024

Ngokuba balungisa izinhliziyo zabo njengeziko bebhekile; umbhaki wabo ulala ubusuku bonke; ekuseni liyavutha njengomlilo ovuthayo.

Uka jalj uñjjattʼäta



Hoseya 7:6
8 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Ngesikhathi sentukuthelo yakho, uyobenza bafane nesithando somlilo. USimakade uyobasobozela ngentukuthelo yakhe, umlilo ubashwabadele.


Ngokuba abalali uma bengakwenzanga okubi; bayaqwasha uma bengakhubekisanga muntu;


Bonke bayiziphingi, banjengeziko elibaswe ngumbhaki, oyekela ukukhwezela kusukela ekuxoveni inhlama ize ikhukhumale.


Bonke bashisa njengeziko, bashwabadela ababusi babo. Wonke amakhosi abo awile, akukho namunye phakathi kwabo ongibizayo.


Maye, kulabo abaceba okubi, labo abahlela ukwenza ububi besemibhedeni yabo, kuthi ekuthatheni kokusa bakwenze! Ngokuba kusemandleni ezandla zabo ukwenza lokho.