waqhosha ngomcebo wakhe omkhulu, namadodana amaningi, nezikhundla zonke inkosi embeke kuzo, nokuthi imenze wamkhulu phezu kwezikhulu nabaholi.
Esteri 9:7 - IsiZulu 2020 uPharishandatha, uDalifoni, u-Ashiphatha, IBHAYIBHELI ELINGCWELE Babulala noParishanidatha, noDalifoni, no-Asiphatha, Contemporary Zulu Bible 2024 NoParshandatha noDalfoni no-Aspata, |
waqhosha ngomcebo wakhe omkhulu, namadodana amaningi, nezikhundla zonke inkosi embeke kuzo, nokuthi imenze wamkhulu phezu kwezikhulu nabaholi.
Enhlokomuzi iShushani, abaJuda babulala amadoda angama-500. Babulala namadodana alishumi kaHamani, indodana kaHamedatha, isitha sabaJuda:
Kuyothi lapho uSimakade uNkulunkulu wakho esekuphumuzile kuzo zonke izitha zakho ezikuzungezile ezweni uSimakade uNkulunkulu wakho akunika lona ukuba ulidle, libe yifa lakho, bese ukuqeda nya ukukhunjulwa kwama-Amaleki phansi kwezulu. Ungakhohlwa yilokho.”