Internet tuqin Biblia

Anuncios ukanaka


Taqi biblia Nayra Testamento Machaq Testamento




Esteri 5:12 - IsiZulu 2020

UHamani wathi: “Ngisho nendlovukazi u-Esteri ayimemanga muntu omunye edilini ngaphandle kwami nenkosi, nakusasa ngiyaphindela, mina nenkosi isimemile,

Uka jalj uñjjattʼäta

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

UHamani wathi futhi: “U-Esteri, inkosikazi, akangenisanga muntu kanye nenkosi edilini alilungisileyo ngaphandle kwami; nakusasa mina ngimenyiwe nguye kanye nenkosi.

Uka jalj uñjjattʼäta

Contemporary Zulu Bible 2024

Ngaphezu kwalokho, uHamani wathi: “Yebo, indlovukazi u-Esteri ayizange ivumele muntu ukuba angene kanye nenkosi esidlweni eyayisilungisile, ngaphandle kwami; futhi kusasa nami ngizomenywa kuye kanye nenkosi.

Uka jalj uñjjattʼäta



Esteri 5:12
10 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

kodwa konke lokho akungenelisi uma nje ngisabona uMoridekhayi, umJuda, ehleli esangweni lesigodlo senkosi.”


uma ngingathola umusa kuwe nkosi, ungenzele engikucelayo nengikunxusayo, makuthi inkosi noHamani beze kusasa edilini engizobe ngibalungisele lona, ngizobe sengenza njengokusho kwenkosi.”


Ungazigabisi ngekusasa, ngoba awazi ukuthi usuku lukuphatheleni.


akazi ukuthi kuzokwenzekani, ngokuba ngubani ongamtshela ukuthi izokwenzeka kanjani?


Uma bethi: “Ukuthula nokuhlala kahle,” khona ukubhujiswa kuyakubazuma njengemihelo ifikela okhulelweyo; kabasoze baphunyuka.