Internet tuqin Biblia

Anuncios ukanaka


Taqi biblia Nayra Testamento Machaq Testamento




Esteri 2:2 - IsiZulu 2020

Izinsizwa ezazisiza inkosi zathi kuyo: “Inkosi mayifunelwe izintombi ezinhle.

Uka jalj uñjjattʼäta

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

Zase zithi izinceku zenkosi ezaziyikhonza: “Inkosi mayifunelwe izintombi ezibukekayo,

Uka jalj uñjjattʼäta

Contemporary Zulu Bible 2024

Izinceku zenkosi ezimkhonzayo zathi: “Inkosi mayifunelwe izintombi ezinhle;

Uka jalj uñjjattʼäta



Esteri 2:2
6 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Ekufikeni kuka-Abhrama eGibhithe, amaGibhithe ambona owesifazane ukuthi muhle ngokwedlulele.


Izinceku zathi kuyo: “Inkosi yami, inkosi, ayifunelwe intombi esencane inakekele inkosi, iyibheke, ilale esifubeni sayo, ukuze inkosi yami, inkosi, ifudumale.”


Ngosuku lwesikhombisa, inkosi seyeneme kakhulu ngenxa yewayini, yayala abathenwa ababengabasizi bayo, uMehumani, uBhizitha, uHaribhora, uBhigitha, u-Abigitha, uZethari noKarikhasi,


abaseduze nayo, uKarishena, uShetari, u-Adimatha, uTharishishi, uMeresi, uMarisena noMemukhani, okwakuyibona ababeyisiza, futhi beyizethenjwa zayo.


Inkosi iqoke izikhulu kuzo zonke izifundazwe embusweni wayo, ukuba ziqoqe zonke izintombi ezibukekayo, zilethwe esigodlweni kuHegayi, umthenwa, okunguyena owengamele indlu yabesifazane, azinike izimonyo zazo.


Besakhuluma naye uHamani, kwafika abathenwa benkosi, bephuthuma ukuzomlanda uHamani ukuze aye edilini u-Esteri ayelilungisile.