Ngesikhathi sokubusa kuka-Ahasheveroshi, esaqala nje ukubusa, izitha zabhala incwadi zimangalela izakhamuzi zakwaJuda naseJerusalema.
Esteri 2:1 - IsiZulu 2020 Emveni kwalezo zinto, selubohlile ulaka lwenkosi u-Ahasheveroshi, yakhumbula uVashiti nayekwenzile, nokuthi kwakhishwa simemezelo sini ngaye. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Emva kwalokho lapho ulaka lwenkosi u-Ahashiveroshi selubohlile, yamkhumbula uVashiti nalokho akwenzileyo, nalokho okumenyezelwe ngaye. Contemporary Zulu Bible 2024 Ngemva kwalezi zinto, lapho ulaka lwenkosi u-Ahashiveroshi selubohlile, wamkhumbula uVashiti nalokho ayekwenzile nalokho okwakunqunyelwe kuye. |
Ngesikhathi sokubusa kuka-Ahasheveroshi, esaqala nje ukubusa, izitha zabhala incwadi zimangalela izakhamuzi zakwaJuda naseJerusalema.
Base bemphanyeka esigxotsheni sokuphanyeka, uHamani ayekade esilungiselele uMoridekhayi. Yayisibohla intukuthelo enkosini.