Ngesikhathi sokubusa kuka-Ahasheveroshi, esaqala nje ukubusa, izitha zabhala incwadi zimangalela izakhamuzi zakwaJuda naseJerusalema.
Esteri 1:16 - IsiZulu 2020 UMemukhani wayesethi phambi kwenkosi nezikhulu: “UVashiti akadelelanga nje inkosi kuphela, kodwa wedelele zonke izikhulu nabantu bonke abasezifundazweni zenkosi u-Ahasheveroshi. IBHAYIBHELI ELINGCWELE UMemukhani wathi phambi kwenkosi nezikhulu: “UVashiti, inkosikazi, akonanga enkosini kuphela, kepha nakuzo zonke izikhulu nakubantu bonke abasezifundeni zenkosi u-Ahashiveroshi. Contemporary Zulu Bible 2024 UMemukani waphendula phambi kwenkosi nezikhulu: Indlovukazi uVashiti akonanga inkosi kuphela, kepha nakuzo zonke izikhulu, nakubantu bonke abakuzo zonke izifunda zenkosi u-Ahashiveroshi. |
Ngesikhathi sokubusa kuka-Ahasheveroshi, esaqala nje ukubusa, izitha zabhala incwadi zimangalela izakhamuzi zakwaJuda naseJerusalema.
Yabuza yathi kubo: “Njengoba ngithumele abathenwa ukuba bayolanda indlovukazi uVashiti, kodwa ayiwugqizanga qakala umyalelo wami, ngabe uthini umthetho maqondana nalolo daba na?”
Uma abesifazane bakuzo zonke izizwe bezwa ukuthi uVashiti uziphathe kanje, kuzobenza ukuthi bonke abesifazane bangabe besabahlonipha abayeni babo, ngoba inkosi imbizile, yena wenqaba ukuza kuyo.
Kuthe uPawula esathi nje uvula umlomo, uGaliyu wathi kubaJuda: “Nina baJuda ndini, ukuba bekuyicala noma ubugebengu obubi, bekufanele nginibekezelele,
UPawula wayesethi: “Ngimi phambi kwesihlalo sokwehlulela sikaKhesari, lapho kumele ngehlulelwe khona. Akukho okubi engikwenze kubaJuda njengalokhu nawe wazi kahle.