“ ‘ “Nina-ke zimvu zami, isho kanje iNkosi uSimakade, ithi: ngiyakwehlulela phakathi kwemvu nemvu naphakathi kwezinqama nezimpongo.
EkaJuda 1:22 - IsiZulu 2020 Nibahawukele abanye abangabazayo. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Abanye, abangabazayo, nibahawukele, Baasraak Zulu New Testament Bible Nibahawukele abanye, nenze umehluko; Contemporary Zulu Bible 2024 Nibahawukele abanye, nenze umehluko; |
“ ‘ “Nina-ke zimvu zami, isho kanje iNkosi uSimakade, ithi: ngiyakwehlulela phakathi kwemvu nemvu naphakathi kwezinqama nezimpongo.
ngifisa sengathi ngabe nginani manje, ukuze lishintshe iphimbo lokukhuluma kwami, ngenxa yokuba ngikhathazekile kakhulu ngani.
Bazalwane, uma umuntu ebhabheka ebubini, nina bomoya mbuyiseni lowo ngomoya wobumnene, niqaphele nani, funa nilingwe.
nizigcine othandweni lukaNkulunkulu, nilindele umusa weNkosi yethu uJesu Khristu oholela ekuphileni okuphakade.
Nibasindise abanye ngokubahlwitha emlilweni, nibahawukele abanye, kodwa nibe nokwesaba, nenyanye ngisho nesembatho esingcoliswe yinyama yabo.