Ngokuba uma abezizwe ababengenawo umthetho ngokwemvelo, benza okomthetho, labo abangenamthetho, bangumthetho ngokwabo,
EkaJuda 1:10 - IsiZulu 2020 Kepha laba, bahlambalaza nalezo zinto abangazaziyo, babhujiswa nayilezo zinto abazaziyo ngokwemvelo, njengezilwane ezingenakuqonda. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Kepha laba bayahlambalaza konke abangakwaziyo, nalokho abakwaziyo ngemvelo njengezidalwa ezingenangqondo babhubha ngakho. Baasraak Zulu New Testament Bible Kepha laba bahlambalaza abangazaziyo, kepha abakwaziyo ngokwemvelo njengezilwane ezingenangqondo bazonakalisa ngakho. Contemporary Zulu Bible 2024 Kepha laba bahlambalaza abangazaziyo, kepha abakwaziyo ngokwemvelo njengezilwane ezingenangqondo bazonakalisa ngakho. |
Ngokuba uma abezizwe ababengenawo umthetho ngokwemvelo, benza okomthetho, labo abangenamthetho, bangumthetho ngokwabo,
Isiphetho sabo ngukubhujiswa; abankulunkulu wabo yizisu zabo, nodumo lwabo lungukwenza ihlazo; bacabanga ngezinto zomhlaba kuphela.
Kepha laba bantu bafana nezilwane ezingenangqondo, izidalwa eziphila ngokwemvelo, ezizalelwe ukuba zibanjwe zibulawe. Bakhuluma kabi ngalokho abangakuqondi, kepha nabo bayakubhujiswa bashabalale njengazo.