ngathi: ‘Uyokhuphuka ugcine lapha, kepha awuyukudlula, kulapho amaza akho aziqhenyayo azokuma khona’?
AmaHubo 93:4 - IsiZulu 2020 USimakade kweliphezulu unamandla ukwedlula ukuhlokoma kwamanzi amaningi, nokuduma kwamadlambi olwandle. IBHAYIBHELI ELINGCWELE UJehova ophakeme unamandla kunokuholoba kwamanzi amaningi, kunokuduma kwamadlambi olwandle. Contemporary Zulu Bible 2024 UJehova oPhezukonke unamandla kunokuhlokoma kwamanzi amaningi, yebo, kunamaza amakhulu olwandle. |
ngathi: ‘Uyokhuphuka ugcine lapha, kepha awuyukudlula, kulapho amaza akho aziqhenyayo azokuma khona’?
Ngubani osemafini ongalinganiswa noSimakade na? Ngubani phakathi kwamadodana kaNkulunkulu ongafaniswa noSimakade na?
Aningesabi yini?” kusho uSimakade. “Anithuthumeli yini phambi kwami? Mina engibeke isihlabathi saba ngumkhawulo wolwandle, umngcele ophakade olungenakudlula kuwo na? Noma lungagubha amagagasi, alunakuwehlula, noma lungaduma, alunakuweqa.