Internet tuqin Biblia

Anuncios ukanaka


Taqi biblia Nayra Testamento Machaq Testamento




AmaHubo 90:9 - IsiZulu 2020

Ngokuba izinsuku zethu zidlula phansi kwentukuthelo, iminyaka yethu iphela ngokuphazima kweso.

Uka jalj uñjjattʼäta

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

Ngokuba izinsuku zethu ziyadlula ngentukuthelo yakho; siyafeza iminyaka yethu njengephefu.

Uka jalj uñjjattʼäta

Contemporary Zulu Bible 2024

Ngokuba zonke izinsuku zethu ziphelele entukuthelweni yakho; sichitha iminyaka yethu njengendaba exoxwayo.

Uka jalj uñjjattʼäta



AmaHubo 90:9
5 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Mababe njengamakhoba epheshulwa ngumoya; ingelosi kaSimakade ibadudule.


“Simakade, yizwa umkhuleko wami, ubeke indlebe ekunxuseni kwami, izinyembezi zami mazingakuniki ukuthula. Ngokuba kuwe ngingumfokazi, isihambi, njengokhokho bami.


Bheka, izinsuku zami wazenza zaba ngangobubanzi besandla, imihla yokuphila kwami ayilutho kuwe, impela yilowo nalowo muntu ungumoya nje, noma eqine kangakanani. Sela


Ngakho-ke izinsuku zabo waziqeda njengomoya, neminyaka yabo, ngokwesaba.


Ngokuba emehlweni akho inkulungwane yeminyaka ingangosuku lwayizolo olwedlule, imfushane ngangomlindo wasebusuku.