Umuntu uyamjezisa ngenxa yesono sakhe, lokho okuligugu kuye, ukudla njengobuvunya, kuphele nya, wonke umuntu ungumoya nje. Sela
AmaHubo 90:7 - IsiZulu 2020 Ngokuba siqedwa yintukuthelo yakho, ulaka lwakho luyasithuthumelisa. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Ngokuba siyaqedwa yintukuthelo yakho, nangolaka lwakho siyabhubha. Contemporary Zulu Bible 2024 Ngoba siyaqedwa ngentukuthelo yakho, langentukuthelo yakho siyesaba. |
Umuntu uyamjezisa ngenxa yesono sakhe, lokho okuligugu kuye, ukudla njengobuvunya, kuphele nya, wonke umuntu ungumoya nje. Sela
Ziqede nya, ngolaka, uzishabalalise ziphele nya, mazazi ukuthi nguNkulunkulu obusa kwaJakobe, kuze kube semikhawulweni yomhlaba. Sela
Ngubani owazi amandla entukuthelo yakho nolaka lwakho olunjengokwesabeka kwakho na?
Ngokuba izinsuku zethu zidlula phansi kwentukuthelo, iminyaka yethu iphela ngokuphazima kweso.
Entathakusa uSimakade esensikeni yomlilo nasefini, wabheka phansi emshungwini wempi yabaseGibhithe, wayenza yadideka impi.
Ngobani-ke ayebathukuthelele iminyaka engama-40 na? Kwakungesibo yini labo abonayo, abazidumbu zabo zadindiliza ehlane na?