Njengalokhu sizwile, kanjalo sikubonile emzini kaSimakade Wamabandla, emzini kaNkulunkulu wethu, uNkulunkulu uyowumisa kuze kube phakade. Sela
AmaHubo 87:5 - IsiZulu 2020 Kuyothiwa ngeZiyoni: “Yilo, nalo bazalelwa khona, Ophezukonke uyaliqinisa.” IBHAYIBHELI ELINGCWELE Kuyakuthiwa ngeSiyoni: “Yilo nalo wazalelwa khona; oPhezukonke uyaliqinisa.” Contemporary Zulu Bible 2024 Futhi ngeSiyoni kuyakuthiwa: Lona nalowaya bazalelwa kulo, futhi oPhezukonke ngokwakhe uyoliqinisa. |
Njengalokhu sizwile, kanjalo sikubonile emzini kaSimakade Wamabandla, emzini kaNkulunkulu wethu, uNkulunkulu uyowumisa kuze kube phakade. Sela
“Kuyakuba ngamakhubhithi ayizi-18 000 nxazonke. “Igama lomuzi, kusukela ngalolo lusuku, kuyakuthiwa USIMAKADE ULAPHA.”
Nami-ke ngithi kuwe: Wena unguPhethro; phezu kwaleli dwala ngiyakulakha ibandla lami; amasango eHayidese awayukulahlula.
Sesiyakuthini ngalokho na? Uma uNkulunkulu emi ngakithi, ngubani ongamelana nathi na?
Ngingabuye ngithini ngokukholwa na? Ngingaphelelwa yisikhathi uma ngingaqhubeka ngilande ngoGideyoni, uBharaki, uSamsoni, uJeftha; ngoDavide noSamuweli nangabaphrofethi,