Simakade Nkulunkulu, ungamfulatheli ogcotshiweyo wakho. Khumbula umusa wakho kuDavide inceku yakho.”
AmaHubo 84:10 - IsiZulu 2020 Ngokuba usuku lulunye emagcekeni akho, luhle kunezinye eziyizinkulungwane. Ngiyakhetha ukulinda emnyango wendlu kaNkulunkulu wami, kunokuhlala emathendeni ezikhohlakali. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Ngokuba usuku lunye emagcekeni akho luhle kunezinye eziyizinkulungwane. Ngiyakhetha ukulinda emnyango wendlu kaNkulunkulu wami kunokuhlala ematendeni ababi. Contemporary Zulu Bible 2024 Ngoba usuku olulodwa emagcekeni akho lungcono kunenkulungwane. Ngincamela ukuba ngumlindisango endlini kaNkulunkulu wami kunokuhlala ematendeni ababi. |
Simakade Nkulunkulu, ungamfulatheli ogcotshiweyo wakho. Khumbula umusa wakho kuDavide inceku yakho.”
Ngenxa yenceku yakho uDavide mawungabufulathelisi ubuso bakho kogcotshiweyo wakho.
Kukodwa zwi engikucela kuSimakade, yilokhu nje engizimisele ukukwenza: ukuba ngihlale endlini kaSimakade zonke izinsuku zokuphila kwami, ngibuke ubuhle bukaSimakade, ngizindle ngisendlini yakhe.
Kuthe sekwedlule izinsuku ezintathu, bamfumana ethempelini, ehleli phakathi kwabafundisi, ebalalele, futhi ebabuza.
Kepha thina singabombuso wezulu, lapho futhi silangazelele khona ukubona uMsindisi, iNkosi uJesu Khristu.
niyabheka, bese nithi kogqoke izingubo zakwanokusho: “Hlala lapha wena kule ndawo enhle,” bese nithi kompofu: “Yima lapho wena,” noma: “Hlala phansi kwesenabelo sezinyawo zami.”