Ngokuba kuyisimiso kwa-Israyeli, nomthetho kaNkulunkulu kaJakobe.
Ngokuba kuyisimiso kwa-Israyeli nomthetho kaNkulunkulu kaJakobe.
Ngokuba kwakuyisimiso ku-Israyeli nomthetho kaNkulunkulu kaJakobe.
Ngezinsuku zokuthokoza kwenu, nangemikhosi emisiweyo, nasekwethwaseni kwenyanga, niyakubetha amacilongo enu phezu kweminikelo yenu yokushiswa naphezu kwemihlatshelo yeminikelo yenu yokuthula. Iyoba yisikhumbuzo senu phambi kukaNkulunkulu wenu; nginguSimakade uNkulunkulu wenu.”
“ ‘Njalo ngosuku lokwethwasa kwenyanga, niyonikela kuSimakade ngomnikelo wokushiswa. Kuyoba ngamaduna amabili emhlanjini, inqama, amazinyane ayisikhombisa anonyaka, futhi angenasici.