Abantwana bezinceku zakho bayakuhlala, izizukulwane zabo ziyovikeleka phambi kwakho.”
AmaHubo 81:15 - IsiZulu 2020 Abazonda uSimakade bayakuzithoba kuye, ukubhujiswa kwabo kube phakade. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Abazondi bakaJehova bebeyakuzithobela kuye, kepha isikhathi sabantu bami besiyakuba khona kuze kube phakade. Contemporary Zulu Bible 2024 Abazondayo uJehova bebeyakuzithoba kuye, kepha isikhathi sabo siyakuma phakade. |
Abantwana bezinceku zakho bayakuhlala, izizukulwane zabo ziyovikeleka phambi kwakho.”
Ungazikhothameli, ungahungeki ukuba uzikhonze, ngokuba Mina Simakade uNkulunkulu wakho, nginguNkulunkulu onomhawu, ngihambela ububi bawoyise kubantwana, kuso isizukulwane sesithathu nesesine sabangizondayo,
Abayukwakha, bese kuhlala omunye; abayukutshala, bese kudla omunye, ngokuba izinsuku zabantu bami ziyokuba njengezinsuku zomuthi; abakhethiweyo bami bayowuthokozela isikhathi eside umsebenzi wezandla zabo.
Kepha uJuda uyakuzinza kuze kube phakade, neJerusalema liyakuba khona izizukulwane ngezizukulwane.
Banyembenya abanye, bazonda uNkulunkulu; bayizidlova, bayazidla, bayazigabisa, bangabaqambi bokubi, nabangabalaleli abazali;
Ngokuba ukucabanga komuntu esenyameni kungubutha kuNkulunkulu, lokhu akuwuthobeli umthetho kaNkulunkulu, futhi akusoze kwawuthobela,
ophindiselayo kwabamzondayo, ababhubhise; akayukulibala kulowo omzondayo, uyakuphindisela kuye.