AmaHubo 79:11 - IsiZulu 2020 Ukububula kwesiboshwa makuze phambi kwakho; londoloza ngobukhulu bengalo yakho asebengabantwana bokufa. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Ukububula kwesiboshwa makuze phambi kwakho; londoloza ngobukhulu bengalo yakho asebengabantwana bokufa. Contemporary Zulu Bible 2024 Ukububula kwesiboshwa makuphume phambi kwakho; londoloza ngokobukhulu bamandla akho labo abamiselwe ukufa; |
Kepha Wena Simakade, uthi: “Ngenxa yabampofu abaphangwayo, nababuswezi ababubulayo, ngizakuvuka,” kusho uSimakade, “ngimbeke endaweni ephephile, ayilangazelelayo.”
Simakade, yiba nomusa kithi, thina sikulindile Wena. Yiba yingalo yethu enamandla njalo ekuseni, nomhlengi wethu, ngesikhathi sokuhlupheka.
ukuze uvule amehlo ezimpumputhe, ukhiphe iziboshwa ejele, nabahlezi ebumnyameni ejele.
ungasingenisi ekulingweni, kodwa usikhulule kokubi; ngokuba umbuso ungowakho, namandla, nenkazimulo, kuze kube phakade. Amen.’
KuYena onamandla okwenza okukhulu kakhulu kunakho konke esikucelayo nesikuqondayo ngokwamandla asebenza kithi,