Bongani uSimakade nina zingelosi zakhe, nina maqhawe anamandla enigcina izwi lakhe nilalele okushiwo yilo.
AmaHubo 78:25 - IsiZulu 2020 Abantu badla isinkwa sezingelosi, wabathumelela insada yokudla. IBHAYIBHELI ELINGCWELE abantu badla isinkwa sezingelosi, bathunyelwa ukudla ngokugcweleyo. Contemporary Zulu Bible 2024 Abantu badla isinkwa sezingelosi: wazipha ukudla. |
Bongani uSimakade nina zingelosi zakhe, nina maqhawe anamandla enigcina izwi lakhe nilalele okushiwo yilo.
UMose wayesethi: “Lapho uSimakade enipha inyama ukuba nidle kusihlwa, nesinkwa esanele ekuseni, kungokuba uSimakade ekuzwile enikhononda ngakho ngaye, thina-ke besingobani? Ukukhononda kwenu anikubhekisile kithi, kodwa kuSimakade.”
Badla bonke, basutha, babutha imvuthuluka eyayisele, yagcwala iziqabetho ezili-12.
Badla bonke, basutha, babutha imvuthuluka eseleyo, yagcwala iziqabetho eziyisikhombisa.