UMelkhizedeki, inkosi yaseSalema, owayengumphristi kaNkulunkulu Ophezukonke, wamlethela isinkwa newayini.
AmaHubo 76:2 - IsiZulu 2020 Ithabanakeli lakhe liseSalema, nendlu yakhe iseZiyoni. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Itabernakele* lakhe liseSalema, nendlu yakhe iseSiyoni. Contemporary Zulu Bible 2024 Futhi liseSalema itabernakele lakhe nendawo yakhe yokuhlala iseSiyoni. |
UMelkhizedeki, inkosi yaseSalema, owayengumphristi kaNkulunkulu Ophezukonke, wamlethela isinkwa newayini.
kodwa ngilikhethile iJerusalema ukuba igama lami libe lapho, ngimkhethile noDavide ukuba abe phezu kwabantu bami, u-Israyeli.’
Ngokuba uzongifihla edokodweni lakhe ngosuku lwenhlupheko, angicashise endaweni efihlakele ethendeni lakhe, angiphakamisele edwaleni.
Inhle ngokuphakama, ingukuthokoza komhlaba wonke, intaba iZiyoni isemaphethelweni enyakatho, umuzi weNkosi enkulu.
Kikizani, nijabule zakhamuzi zaseZiyoni, ngokuba mkhulu oNgcwele ka-Israyeli phakathi kwenu.”
Yachithachitha indlu yayo, njengedlangala ensimini, yabhubhisa indawo yayo yokuhlanganela. USimakade wenza imikhosi emisiweyo namaSabatha, akwabe kusakhunjulwa eZiyoni; ngokufutheka kolaka lwakhe, waziqhelelanisa nenkosi nabaphristi.