“Ngakho-ke ake uyaleze ukuba bangigawulele imisedari eLebhanoni, izinceku zami zibe nezakho. Ngiyakukunika inkokhelo yezinceku zakho ngendlela oyobiza ngayo, ngokuba wena uyazi ukuthi akukho muntu kithi ongagawula imithi njengamaSidoni.”
AmaHubo 74:5 - IsiZulu 2020 kwangathi ngumuntu ephakamisa izembe phakathi kwemithi eminyeneyo. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Zaba sengathi abantu baphakamisa amazembe emithini eminyeneyo. Contemporary Zulu Bible 2024 Indoda ethile yayidume ngokuphakamisa izimbazo ezihlahleni eziminyene. |
“Ngakho-ke ake uyaleze ukuba bangigawulele imisedari eLebhanoni, izinceku zami zibe nezakho. Ngiyakukunika inkokhelo yezinceku zakho ngendlela oyobiza ngayo, ngokuba wena uyazi ukuthi akukho muntu kithi ongagawula imithi njengamaSidoni.”
uyindodana yowesifazane wamadodakazi akwaDani; uyise wayengumuntu waseThire, owayekwazi ukusebenza ngegolide, ngesiliva, ngethusi, ngensimbi, ngamatshe, ngemithi, ngokubukhwebezane, ngokuluhlaza, ngelineni elicolekileyo, nangokubomvu, nokuqopha yonke imiqopho, nokuqamba yonke imisebenzi yobungcweti. Mnike izingcweti zakho nezingcweti zenkosi yami uDavide, uyihlo.