Uyivivinyile inhliziyo yami, wangihambela ebusuku; uyangihlolisisa, kepha awufumani lutho; nginqumile ukuba ngingoni ngomlomo wami.
AmaHubo 69:5 - IsiZulu 2020 Nkulunkulu, Wena uyabazi ubuwula bami, nezono zami azifihlakele kuwe. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Nkulunkulu, wena uyabazi ubuwula bami, nezono zami azifihlakele kuwe. Contemporary Zulu Bible 2024 Nkulunkulu, uyabazi ubuwula bami; nezono zami azifihlekile kuwe. |
Uyivivinyile inhliziyo yami, wangihambela ebusuku; uyangihlolisisa, kepha awufumani lutho; nginqumile ukuba ngingoni ngomlomo wami.
Mazingajabuli ngami izitha zami eziphafuza amanga ngami, nalabo abangizondela ize bacife amehlo.
Ngokuba amehlo ami ayazibona zonke izindlela zabo; azisithekile ebusweni bami, nobubi babo abufihlekile emehlweni ami.