Kepha Wena Simakade, uthi: “Ngenxa yabampofu abaphangwayo, nababuswezi ababubulayo, ngizakuvuka,” kusho uSimakade, “ngimbeke endaweni ephephile, ayilangazelelayo.”
AmaHubo 59:1 - IsiZulu 2020 Nkulunkulu wami, ngikhulule ezitheni zami, ungivikele kwabangivukelayo. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Ngikhulule ezitheni zami, Nkulunkulu wami, ngivikele kwabangivukelayo; Contemporary Zulu Bible 2024 Kumholi wokuhlabelela, u-Altaskiti, uMikitamu kaDavide, ekuthumeleni kukaSawule, bayilinda indlu ukuba bambulale. Ngikhulule ezitheni zami, Nkulunkulu wami, ngivikele kwabangivukelayo. |
Kepha Wena Simakade, uthi: “Ngenxa yabampofu abaphangwayo, nababuswezi ababubulayo, ngizakuvuka,” kusho uSimakade, “ngimbeke endaweni ephephile, ayilangazelelayo.”
Ngomusa wakho uzishabalalise izitha zami, ubabhubhise bonke abahlupha umphefumulo wami, ngokuba ngiyinceku yakho.
UNkulunkulu ungiphindiselele, wenza abantu bazithobe phansi kwami. Wangikhulula kumuntu oyisidlwangudlwangu.
USimakade makakuphendule ngosuku lwenhlupheko. Igama likaNkulunkulu kaJakobe malikuvikele.
Yiba nomusa kimi, Nkulunkulu, ngihawukele. Ngokuba umphefumulo wami uphephela kuwe. Ngizokhosela emthunzini wamaphiko akho, zize zedlule izinhlekelele.
Kungabe impela nikhuluma ukulunga nobuqotho na? Madodana abantu, ngabe nehlulela ngobuqotho na?
Nkulunkulu wami, ngikhulule esandleni sesikhohlakali, nasekuxhakathisweni yisandla sowenza okubi nesowonakeleyo.
yena uyohlala endaweni ephakemeyo, imigede emaweni iyoba yizinqaba zakhe, uyophiwa isinkwa, ahlale njalo ethola amanzi.