Ngiphephela kuwe Simakade; uyisiphephelo sami. Kungani pho nithi kimi: “Balekela ezintabeni njengenyoni.
AmaHubo 55:6 - IsiZulu 2020 Ngibe sengithi: “Ukuba benginamaphiko njengejuba, ngabe ngindizela kwelikude, ngihlale khona nginethezeke.” IBHAYIBHELI ELINGCWELE Besengithi: “Sengathi ngingaba namaphiko njengejuba; ngabe ngindizela ekudeni, ngihlale khona.” Contemporary Zulu Bible 2024 Ngase ngithi: “O, ukube benginamaphiko njengejuba! ngoba bengizondiza ngihambe ngiphumule. |
Ngiphephela kuwe Simakade; uyisiphephelo sami. Kungani pho nithi kimi: “Balekela ezintabeni njengenyoni.
Inhliziyo yami iyadwanguza, iyathuthumela; ukuhwelela ebengikulangazelela kungehlele, sekuphenduke ixhala kimi.
Owesifazane wayesenikwa amaphiko amabili okhozi olukhulu ukuba andizele ehlane endaweni yakhe, lapho enakekelwa khona isikhathi nezikhathi, nengxenye yesikhathi, engekho ebusweni benyoka.