Basuka babaleka kuhwalala, bashiya amathende abo, amahhashi abo, izimbongolo zabo, nenkambu injengalokhu injalo, babaleka ukuze basinde.
AmaHubo 48:6 - IsiZulu 2020 akhungathwa yingebhe lapho nemihelo, njengokowesifazane otetayo. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Ehlelwa lapho ngukuthuthumela, yivuso njengakobelethayo. Contemporary Zulu Bible 2024 Bafikelwa ukwesaba nobuhlungu obunjengobobeletha. |
Basuka babaleka kuhwalala, bashiya amathende abo, amahhashi abo, izimbongolo zabo, nenkambu injengalokhu injalo, babaleka ukuze basinde.
Ngalokho ukhalo lwami lugcwele izinhlungu; ngibanjwe yimihelo njengowesifazane obelethayo; ngikhonkobele ngengikuzwile, ngethukile ngengikubonile.
Kwase kuhwaqabala ubuso bayo, imicabango yayo yayiyesabisa, kwaxega amanyonga okhalo lwayo, namadolo ayo ashayana.
Imihelo yobelethayo iyakumfikela, uyindodana engahlakaniphile, ngokuba kuthi sekuyisikhathi sokuba azalwe angezi emnyango wesibeletho.