Amakhosi omhlaba ayazihlanganisa, nababusi baceba icebo ngogcotshiweyo kaSimakade, bathi:
AmaHubo 48:5 - IsiZulu 2020 Ayibona intaba iZiyoni, amangala, ashaywa wuvalo, aphaphatheka, IBHAYIBHELI ELINGCWELE Abona, ayesemangala; ashaywa luvalo, aphaphatheka. Contemporary Zulu Bible 2024 Bakubona, ngakho bamangala; baphatheke kabi basuka ngokushesha. |
Amakhosi omhlaba ayazihlanganisa, nababusi baceba icebo ngogcotshiweyo kaSimakade, bathi:
Izinqola zabo zempi zabhajwa, amasondo ahamba kanzima, ngakho-ke abaseGibhithe bathi: “Masibalekeni phambi kwabakwa-Israyeli, ngokuba uSimakade uyabalwela, umelene nabaseGibhithe.”
Wonke lawo makhosi ayihlanganisa impi yawo, eza, akanisa ndawonye ngasemanzini eMerome, ukuba alwe no-Israyeli.