Internet tuqin Biblia

Anuncios ukanaka


Taqi biblia Nayra Testamento Machaq Testamento




AmaHubo 48:3 - IsiZulu 2020

UNkulunkulu uyaziwa ezigodlweni ukuthi uyinqaba.

Uka jalj uñjjattʼäta

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

UNkulunkulu uyaziwa ezindlini zawo zobukhosi ukuthi uyinqaba.

Uka jalj uñjjattʼäta

Contemporary Zulu Bible 2024

UNkulunkulu waziwa ezindlini zayo zobukhosi njengendawo yokuphephela.

Uka jalj uñjjattʼäta



AmaHubo 48:3
14 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

UDavide nokho wayidla inqaba iZiyoni, eseyingumuzi kaDavide manje.


Ngesikhathi uSimakade ebona ukuthi bayazithoba, wathumela izwi kuShemaya, wathi: “Bazithobile; angiyukubabhubhisa, kodwa ngizokubakhulula emveni kwesikhashana, nentukuthelo yami ayiyukwehlela iJerusalema ngesandla sikaShishaki.


Abamethembayo uSimakade bafana nentaba iZiyoni engenakunyakaziswa, kepha emi phakade.


USimakade makabongwe eZiyoni, yena owakhe eJerusalema. Haleluya!


USimakade Wamabandla unathi, uNkulunkulu kaJakobe uyinqaba yethu. Sela


EseZiyoni, ekupheleleni kobuhle bakhe, uSimakade uqhakazile.


Sithandwa sami, umuhle njengeThirisa, uyabukeka njengeJerusalema, uyahlonipheka njengempi.


Bonke abedlula ngakuwe, bashaya izandla, bethi: “Ashila!” Bayakunximfela, benikina amakhanda, ndodakazi Jerusalema, bathi: “Ngabe yiwo yini lo muzi ababewubiza ngokuthi ungubuhle obupheleleyo, nentokozo yomhlaba wonke na?”