Sengathi ungangifihla endaweni yabafileyo, ungisithe kuze kudlule intukuthelo yakho, unginqumele isikhathi, ungikhumbule.
AmaHubo 39:4 - IsiZulu 2020 “Simakade, ngazise isiphetho sami, nokuthi zingakanani izinsuku zami; mangazi ukuthi ngingodlulayo. IBHAYIBHELI ELINGCWELE “Jehova, ngazise ukuphela kwami, nesilinganiso sezinsuku zami ukuba siyini; mangazi ukuthi ngingodlulayo. Contemporary Zulu Bible 2024 Jehova, ngazise ukuphela kwami nesilinganiso sezinsuku zami ukuthi ziyini; ukuze ngazi ukuthi ngibuthakathaka kangakanani. |
Sengathi ungangifihla endaweni yabafileyo, ungisithe kuze kudlule intukuthelo yakho, unginqumele isikhathi, ungikhumbule.
Nkosi, sifundise ukubala kahle izinsuku zethu, ukuze sizuze inhliziyo enokuhlakanipha.