Internet tuqin Biblia

Anuncios ukanaka


Taqi biblia Nayra Testamento Machaq Testamento




AmaHubo 38:7 - IsiZulu 2020

Ukhalo lwami luyaqaqamba, akukho mpilo emzimbeni wami.

Uka jalj uñjjattʼäta

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

Ngokuba ukhalo lwami lutshutshumba kakhulu; akukho ukuphila enyameni yami.

Uka jalj uñjjattʼäta

Contemporary Zulu Bible 2024

Ngokuba izinkalo zami zigcwele isifo esibi, nomzimba wami awukho ophilileyo.

Uka jalj uñjjattʼäta



AmaHubo 38:7
7 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Ngaphendula ngathi enkosini: “Mana njalo, nkosi! Kungenzeka kanjani ukuba ubuso bami bungadangali, lapho umuzi oyindawo yamathuna okhokho uyincithakalo, namasango awo eshiswe ngomlilo na?”


Ngamandla akhe amakhulu, ubambe ingubo yami, ungibambe ngentamo yesembatho sami.


Umzimba wami wembozwe yizimpethu nothuli. Isikhumba sami siyaphola, sibuye sibhicike.


Izinsuku zami ziphele njengomusi, namathambo asha njengezinkuni.


“Sengathi angavelelwa ngokukhulu, alale angabe esavuka.”


Kepha ingelosi yeNkosi yamshaya khona lapho, ngokuba engamnikanga uNkulunkulu udumo; wadliwa yizimpethu, wafa.